Igama lesayensi likaSimanaye ngu-Ekebergia capensis, esaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"Cape ash". Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Meliaceae. Sitholakala kusukela empumalanga yeKapa eNingizimu Afrika kuze kufike eSudan nase-Ethiopia.
Usimanaye umuthi wenzani? Uyangena emthini yokukhipha isichitho, wokuxosha isilwane, uyangena emithini wokulanda isikweletu.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |